0 Meanings
Add Yours
Follow
Share
Q&A
Ngybonga (feat. skywanda, QTwins) Lyrics
Nom' abangani bengangilahla
Nom' izihlobo zingihlubuka
Ubab' usangigcinile webaba ngyabonga
Nom' abangani bengangilahla
Nom' izihlobo zingihlubuka
Ubab' usangigcinile webaba ngyabonga
Aw webaba, webaba ng'yabonga, ng'ybonga
Ubab' usangigcinile webaba ngyabonga
Aw webaba, webaba ng'yabonga, ng'ybonga
Ubab' usangigcinile webaba ngyabonga
(Ahhra shem)
(Bheka, skuva)
Ngibong' ubab' esangigcinile
Abangani sebengilahlile
Abanye ngami nakhulumile
K'fikil' endlebeni ngizwile
Bebezitshel' ukuthi ngiwile
Kanti ngiqhuzukile ngivukile
Isosha lisakhon' empini
Bebehleka mangilambile
Manj' imina otheng' I grocery
Sengiyabuzwa sidla Nini
Bebengibhuqa buka bengikhulumuma
Ekasi uphuma Nini?
Mina ngingqongqozile, ngingqongqozile
Clever bekuvaliwe, dolo phansi ngathandaza
Bhek' imnyango seyivuliwe
Baba somandla ngyabongađ
Bhong' emswaneni ngalengoma
Kwabangona sengiyaxola noma bangishiya neyilonda
Kodwa wen' ukhona, wena baba uhlal' unam' ukhona
Ngilaph' engikhona ngob' ukhona
plus ngizalwa namakholwa
Aw webaba, webaba ng'yabonga, ng'ybonga
Ubab' usangigcinile webaba ngyabonga
Aw webaba, webaba ng'yabonga, ng'ybonga
Ubab' usangigcinile webaba ngyabonga
Aw webaba, webaba ng'yabonga, ng'ybonga
Ubab' usangigcinile webaba ngyabonga
Aw webaba, webaba ng'yabonga, ng'ybonga
Ubab' usangigcinile webaba ngyabonga
Oh ngyabonga baba(oh ngyabonga)
Oh ngyabonga jesu(ubab' ubenami)
Oh ngyabonga baba (oh ngyabonga)
Oh ngyabonga, ngybonga, ngyabonga(oh baba)
(baba) oh ngyabonga baba wami(baba)
Oh ngyabonga, ngyabonga (thilili thilili)
Ngakho konk' ongenzele Kona baba wooh yeah yeah
Baba dek' itafula phambi kwezitha zam(zitha zam)
Ngasemgwaqeni makushub' kodwa uhlal' nam'(hlala nami)
Mabengizama ngapha nangaph' unqabe nami(nqaba nami
Ngicel' ungigcinel' abazali nabantwana bami(ntwana bami)
Ngoba zining' inkinga, impilo leh siyayincenga
Baba thethelela, thelelela izitha zami
Baba thethelela, thelelela izitha zami
Nom' abangani bengangilahla
Nom' izihlobo zingihlubuka
Ubab' usangigcinile webaba ngyabonga
Nom' abangani bengangilahla
Nom' izihlobo zingihlubuka
Ubab' usangigcinile webaba ngyabonga
Aw webaba, webaba ng'yabonga, ng'ybonga
Ubab' usangigcinile webaba ngyabonga
Aw webaba, webaba ng'yabonga, ng'ybonga
Ubab' usangigcinile webaba ngyabonga
Usangigcinile yehyehye
Webaba usangigcinile
Ngyabonga yehyehye
Nom' izihlobo zingihlubuka
Ubab' usangigcinile webaba ngyabonga
Nom' abangani bengangilahla
Nom' izihlobo zingihlubuka
Ubab' usangigcinile webaba ngyabonga
Aw webaba, webaba ng'yabonga, ng'ybonga
Ubab' usangigcinile webaba ngyabonga
Aw webaba, webaba ng'yabonga, ng'ybonga
Ubab' usangigcinile webaba ngyabonga
(Bheka, skuva)
Ngibong' ubab' esangigcinile
Abangani sebengilahlile
Abanye ngami nakhulumile
K'fikil' endlebeni ngizwile
Bebezitshel' ukuthi ngiwile
Kanti ngiqhuzukile ngivukile
Isosha lisakhon' empini
Bebehleka mangilambile
Manj' imina otheng' I grocery
Sengiyabuzwa sidla Nini
Bebengibhuqa buka bengikhulumuma
Ekasi uphuma Nini?
Mina ngingqongqozile, ngingqongqozile
Clever bekuvaliwe, dolo phansi ngathandaza
Bhek' imnyango seyivuliwe
Baba somandla ngyabongađ
Bhong' emswaneni ngalengoma
Kwabangona sengiyaxola noma bangishiya neyilonda
Kodwa wen' ukhona, wena baba uhlal' unam' ukhona
Ngilaph' engikhona ngob' ukhona
plus ngizalwa namakholwa
Ubab' usangigcinile webaba ngyabonga
Aw webaba, webaba ng'yabonga, ng'ybonga
Ubab' usangigcinile webaba ngyabonga
Aw webaba, webaba ng'yabonga, ng'ybonga
Ubab' usangigcinile webaba ngyabonga
Aw webaba, webaba ng'yabonga, ng'ybonga
Ubab' usangigcinile webaba ngyabonga
Oh ngyabonga jesu(ubab' ubenami)
Oh ngyabonga baba (oh ngyabonga)
Oh ngyabonga, ngybonga, ngyabonga(oh baba)
(baba) oh ngyabonga baba wami(baba)
Oh ngyabonga, ngyabonga (thilili thilili)
Ngakho konk' ongenzele Kona baba wooh yeah yeah
Ngasemgwaqeni makushub' kodwa uhlal' nam'(hlala nami)
Mabengizama ngapha nangaph' unqabe nami(nqaba nami
Ngicel' ungigcinel' abazali nabantwana bami(ntwana bami)
Ngoba zining' inkinga, impilo leh siyayincenga
Baba thethelela, thelelela izitha zami
Baba thethelela, thelelela izitha zami
Nom' izihlobo zingihlubuka
Ubab' usangigcinile webaba ngyabonga
Nom' abangani bengangilahla
Nom' izihlobo zingihlubuka
Ubab' usangigcinile webaba ngyabonga
Aw webaba, webaba ng'yabonga, ng'ybonga
Ubab' usangigcinile webaba ngyabonga
Aw webaba, webaba ng'yabonga, ng'ybonga
Ubab' usangigcinile webaba ngyabonga
Webaba usangigcinile
Ngyabonga yehyehye
Add your song meanings, interpretations, facts, memories & more to the community.