0 Meanings
Add Yours
Follow
Share
Q&A

Buyisa Lyrics

(stallion)
(Oohhyeee)
(Weeeee)

Sawubona sthandwa Sami sakudala
Kukhona okwasala mhl' uhamba(ohhooo)
Sawubona sthandwa Sami sakudala
Kukhona okwasala mhl' uhamba
Buyis' inhliziyo Yami nana (ye)
Wahamba nocezu lwenhliziyo yam, buyisa nana
Buyis' inhliziyo Yami nana, nana (ye)
Wahamba nocezu lwenhliziyo yam, mhl' uhamba mama

Buyis' inhliziyo Yami weDali
Wahamba nocezu lwenhliziyo yam
(Okukakhesari okukakhesari boh)
Buyis' inhliziyo Yami weDali ( Dali wami yoh)
Wahamba nocezu lwenhliziyo yam ( buyis' Dali weh)

Mmhhhh
Ohhhohh
Kodwa ntombi mawusumuhle kanjena,
uth' angenze njani, ngitshele
Angisak'sheli nana
Ngoba angisazithembi nana
Khumbula wangiqomelani kudala( oohh, heeeh)
Sawubona, ngitshele nana ngonaphi
Uthando alunamanani, ye uthando alunamanani
Mama lento phel' isuka ngaphakathi

Sawubona sthandwa Sami sakudala(sawubona)
Kukhona okwasala mhl' uhamba (ngimi laph' angeneme Dali)
Sawubona sthandwa Sami sakudala (sakudala yeh)
Kukhona okwasala mhl' uhamba
Yey, ngithi kuwe buyis' inhliziyo Yami nana yeah
Wahamba nocezu lwenhliziyo yam ( buyis' nana)
Buyis' inhliziyo Yami nana, nana yeah
Wahamba nocezu lwenhliziyo yam
(Wothi thala, thala, thala, thala,thala,thala)
Buyis' inhliziyo Yami weDali
Wahamba nocezu lwenhliziyo yam
Okukakhesari okukakhesari boh
Buyis' inhliziyo Yami weDali(Dali wami yoh)
Wahamba nocezu lwenhliziyo yam
Song Info
Submitted by
@neledlomo On May 11, 2024
More Xowla Stallion
0 Meanings

Add your song meanings, interpretations, facts, memories & more to the community.

Add your thoughts...
Questions and Answers

Ask specific questions and get answers to unlock more indepth meanings & facts.

Ask a question...