0 Meanings
Add Yours
Follow
Share
Q&A

Hello Lyrics

Hello, hello, hello mah
Bamb' isandla sam' kunini yagcinana
Sengidlul' inyanga nyanga ezimbalwa,
ngingak'bonanga
Bamb' isandla sam' kunini yagcinana.
Mmhh 'khuluphele umkami
Mmhh yayinhl' intoyami
Bamb' isandla sam' kunini yagcinana

Hello, hello, hello mah
Bamb' isandla sam' kunini yagcinana
Sengidlul' inyanga nyanga ezimbalwa,
ngingak'bonanga
Bamb' isandla sam' kunini yagcinana.
Mmhh 'khuluphele umkami
Mmhh yayinhl' intoyami
Bamb' isandla sam' kunini yagcinana

Zavele zehl' inyembezi zenjabulo,
mayengibona umyDali
Wathunukal' umoya wami kuyezwela myDali,
mangik'bon' ukhala kanje.
Naw' uyaz ukuth' angifuni lutho ngawe
Ngifun' hlala ngikubon' ujabule njalo
Um' umamatheka inhliziyo Yami iyagezeka,
Kuvele kuth' angizule

Hello, hello, hello mah
Bamb' isandla sam' kunini yagcinana
Sengidlul' inyanga nyanga ezimbalwa,
ngingak'bonanga
Bamb' isandla sam' kunini yagcinana.
Mmhh 'khuluphele umkami
Mmhh yayinhl' intoyami
Bamb' isandla sam' kunini yagcinana

Sondela myDali weeh, ngike ngiqabule njr
Thul' ungasakhali, sul' ezo nyembezi njr
Ubab' ubuyile manje, namhlanje ngiyoke ngilale ngijabule
Ngilubonil' ubambo lwami, injabul' ibhalw' ebusweni
Isoka lakho lipopile njr, ngicel' ungasakhali
Ngingowakho my love, bengicela sijabule njr

Hello, hello, hello mah
Bamb' isandla sam' kunini yagcinana
Sengidlul' inyanga nyanga ezimbalwa,
ngingak'bonanga
Bamb' isandla sam' kunini yagcinana.
Mmhh 'khuluphele umkami
Mmhh yayinhl' intoyami
Bamb' isandla sam' kunini yagcinana

Hello, hello, hello mah
Bamb' isandla sam' kunini yagcinana
Sengidlul' inyanga nyanga ezimbalwa,
ngingak'bonanga
Bamb' isandla sam' kunini yagcinana.
Mmhh 'khuluphele umkami
Mmhh yayinhl' intoyami
Bamb' isandla sam' kunini yagcinana

Hello, hello, hello Mah!
Song Info
Submitted by
@neledlomo On May 11, 2024
More Mlungisi
0 Meanings

Add your song meanings, interpretations, facts, memories & more to the community.

Add your thoughts...
Questions and Answers

Ask specific questions and get answers to unlock more indepth meanings & facts.

Ask a question...