0 Meanings
Add Yours
Share
Q&A

Uchuku Lyrics

Mina ngasho ngathi kuwe kukhon' okushay' amanzi
Kwangath' uchuk' engilususayo
Mina ngasho ngathi kuwe kukhon' okushay' amanzi
Kwangath' uchuk' engilususayo

Aw ngithi yimpi, aw yimpi, yimpi, yimpi
emzini kababa ekhaya
Aw ngithi yimpi, aw yimpi, udweshu, yimpi
emzini kababa ekhaya

Why uval' umlomo ntombi mawungabe,
ungafun' ukuboshwa
Inhliziyo Yami ithambile ntombi okweqanda,
ungayifaki lomkhonto
Ngani wathi kum' uzongithanda sifik' ekugcineni
Why manje ntombazane ungishiya sisasek'qaleni
Lengxabano yaqalwa nguwe,
mina angikaze ngibone int' enjena

Mina ngasho ngathi kuwe kukhon' okushay' amanzi
Kwangath' uchuk' engilususayo
Mina ngasho ngathi kuwe kukhon' okushay' amanzi
Kwangath' uchuk' engilususayo

Aw ngithi yimpi, aw yimpi, yimpi, yimpi
emzini kababa ekhaya
Aw ngithi yimpi, aw yimpi, udweshu, yimpi
emzini kababa ekhaya

Hayi! suka
Kutheni mangikhulum' uthula?
Ngani lodweshu langaphandle luqalwe nguwe,
manj wen' uyathula.
Mmmh, buka
Mina angik'dingi lokulwa
Int' engidinga kuwena inhlonipho ntombazane sizojabula
Kuphela nje uzohloniph' emzini kababa,
futh' uzoyek' ukuba isiqhwaga(ebese uyeka)

Mina ngasho ngathi kuwe kukhon' okushay' amanzi
Kwangath' uchuk' engilususayo
Mina ngasho ngathi kuwe kukhon' okushay' amanzi
Kwangath' uchuk' engilususayo

Aw ngithi yimpi, aw yimpi, yimpi, yimpi
emzini kababa ekhaya
Aw ngithi yimpi, aw yimpi, udweshu, yimpi
emzini kababa ekhaya

Aw ngithi yimpi, aw yimpi, yimpi, yimpi
emzini kababa ekhaya
Aw ngithi yimpi, aw yimpi, udweshu, yimpi
emzini kababa ekhaya
Song Info
Submitted by
@neledlomo On May 10, 2024
More Mnqobi Yazo
Album art
KwaMkhize
Questions and Answers

Ask specific questions and get answers to unlock more indepth meanings & facts.

0 Meanings

Add your song meanings, interpretations, facts, memories & more to the community.