0 Meanings
Add Yours
Follow
Share
Q&A

Liduma Lyrics

(Loveee)

Sengahlala ngimemeza mina
Ngifuna wena Dali
Ngizw' ikhanda liduma
Ngizwa ngizulelwa ingqondo
Ngihlezi ngidlula ngiqalaza
Ngihamba ngifanis' ubuso bakho
Amalanga ayashona
Kuze kuse ngilindile

Aw Shona malanga
Shona malanga
Shona malanga
Shona

Noma Izulu liduma
Oh liduma, liduma
Ngizohlala lana uz' ubuye
Noma Izulu liduma
Oh liduma, liduma
Ngizohlala lana uz' ubuye

Sengahlala ngimemeza mina
Ngiguduz' emahlathini
Sengigul' angisindi
Ngiyazi nguwen' umuthi kimi

Aw Shona malanga
Kufik' owakwami
Yaphel' inyanga mama
Ngohlala lah, ngohlala naye
Ngoba yena uthandwa lana

(Eish)
Babe yaz mangihleli nawe
Noma kubanda ngizwa kuthiwa
Ubaba njengomuthi
Uma ngihamba nawe, Abanomona uyapunisher
Ngizocul' imizwilili, i"DO RE MI FA SO LA"
Uma ufika ngizokuthinta
Angenzi ngomuthi, Bakhuluma njalo
Ngiyabamuter banoloud speaker

Noma ngabe esepitoli yena ngiyamthanda
Uyohamb' abuye, nguye kuphel' umuntu wam
Nom' esegoli kwanyama kayipheli
Uyohamb' abuye, ngizomtshela makafika
Ukuth' impilo izima mangihleli ngedwa
You're my forever and ever mangihlale nawe

Aw Shona malanga
Shona malanga
Shona malanga
Shona

Noma Izulu liduma
Oh liduma, liduma
Ngizohlala lana uz' ubuye
Noma Izulu liduma
Oh liduma, liduma
Ngizohlala lana uz' ubuye

Ayashon' amalanga, inhliziyo ilindile
Mihla yonke ngicinga wena
Wath' uzobuya,
mihla yonke mina njalo ngihlal' ngikukhumbul
Zonk' izinsuku ngifisa ukukubona
Ngihlal' eduze kwakho ubusuku bonke
And never let you go
amazulu iwona angikhethelw wen'
Dali sekuphele iminyaka
Laph' ukhona phela khumbul' ekhaya
Themba lami mina ebusuku kuyabanda
Phela imfudumalo Yam' ikuwe


Noma Izulu liduma (liduma)
Oh liduma(awuyeeh), liduma
Ngizohlala lana uz' ubuye
Noma Izulu liduma( liduma weeh)
Oh liduma, liduma(aw liduma yeeh)
Ngizohlala lana uz' ubuye

Aw dear ndoni yamanzi
Namanj' imizwa Yam' isageleza
emthonjeni wothando
Njengempophoma yamanzi
Mama namanj' angiphuz' angibhemi
Espotini ngisuke ngiyochomela abaf'wethu ngawe
Aw mtanomuntu abaf'wethu espotini abasawudlali jukebox
Ngibaxoxela ngawe ngize ngibalance ngobonda
njengez'pikha zajukebox
Aw wamuhle umtanomuntu
Nasey'thombeni muhle ngath' ubephikisiwe muhle
Wamuhle gojasi Nanxa umamatheka
indebe zomlomo ziyaqhaqhazela
Amehlo ayacwebezela uma ucwayiza
ngafung' uthando luzoy'qathakela
Hayi uthando luyangihlolela

Noma Izulu liduma (liduma)
Oh liduma(awuyeeh), liduma(oooohhhooh)
Ngizohlala lana uz' ubuye
Noma Izulu liduma( liduma weeh)
Oh liduma, liduma(aw liduma yeeh)
Ngizohlala lana uz' ubuye
(Aw liduma izulu awuyeeh ohhhoohhoooh)
Song Info
Submitted by
@neledlomo On May 10, 2024
More Zenzele
0 Meanings

Add your song meanings, interpretations, facts, memories & more to the community.

Add your thoughts...
Questions and Answers

Ask specific questions and get answers to unlock more indepth meanings & facts.

Ask a question...