0 Meanings
Add Yours
Share
Awufuni Ukung'qoma Lyrics
Ayeeee
Aw wena awufuni ukung'qoma
Awufuni ukung'qoma
Ay asibangene stallion
Aw kukude kuuude kulezontaba
kukude kuuude kulezontaba
Nginqamula lanagquma namathafa mina awufuni ukung'qoma😍
Nginqamula lanagquma namathafa mina awufuni ukung'qoma
Ay
Ngizamil' emsinga ngashona kaNongoma awufuni ukung'qoma
Ngijikil' enkandla kwamhlabuyalingana awufuni ukung'qoma
Sengiyowulanda ezimbabwe lomuthi mtanomuntu s'bone uzophunyula

Shona kwabulawayo thembalami as'bone uzophunyula
Shona kwabulawayo thembalami ang'bone uzophunyula
Yazi mangikbheka
Ngiphelelwa amagama
Yaz mangikbheka
Ngiphelelwa amagama
Kogug' icathulo mtanomuntu ngijahana nawe

Kade ngik'shela awuqomi
Uthi ngiqinis' amagama
Kade ngik'shela awuqomi
Uthi ngiqinis' amagama
Kungcono ngishone ezimbabwe
Ngiyolanda lentando awufuni ukung'qoma
Noma ngibheke emalawi
Ngiyolanda lentando awufuni ukung'qoma
Ngizamil' emsinga ngashona kaNongoma awufuni ukung'qoma
Ngijikil' enkandla kwamhlabuyalingana awufuni ukung'qoma
Sengiyowulanda ezimbabwe lomuthi mtanomuntu s'bone uzophunyula
Sengiyowulanda ezimbabwe lomuthi mtanomuntu s'bone uzophunyula
Shona kwabulawayo thembalami as'bone uzophunyula
Shona kwabulawayo thembalami ang'bone uzophunyula
(Iyopha Mah)
Ngiza kuwe isandla zigcwel' igazi
Inhliziyo iyopha
Ngiza kuwe isandla zigcwel' igazi
Inhliziyo iyopha
Angikutholi ukuphumula mina mtanomuntu
Ngicel' umukel' uthando
Angikutholi ukuphumula mina mtanomuntu
Ngicel' umukel' uthando
Sengiyowulanda ezimbabwe lomuthi mtanomuntu s'bone uzophunyula
Sengiyowulanda ezimbabwe lomuthi mtanomuntu s'bone uzophunyula
Shona kwabulawayo thembalami as'bone uzophunyula
Shona kwabulawayo thembalami ang'bone uzophunyula
Kodwa Luyanda sengize ngaphuma eZimbabwe aawufuni ukungiqoma